Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 6/09 kk. 27-31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2009
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yini Engekho Kulesi Sithombe?
  • Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • Yini Oyaziyo Ngabaprofethi?
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2009
g 6/09 kk. 27-31

Ubungaphendula Kanjani?

Yini Engekho Kulesi Sithombe?

Funda uNumeri 22:21-27. Bheka lesi sithombe. Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi, bese uqedela isithombe ngokufaka imibala efanele, udwebe nezinto ezingekho kuso.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

ENINGAXOXA NGAKO:

Kungani uBhalami ayethukuthele? Uzizwa kanjani ngendlela uBhalami ayiphatha ngayo le mbongolokazi, futhi kungani uzizwa ngaleyo ndlela?

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 7-8 Ukwesaba abantu kungenzani ?IzAga 29:․․․

IKHASI 7 Isiphukuphuku sihamba kuphi? UmShumayeli 2:․․․

IKHASI 7 Yini eyenziwa amacebo okhuthele? IzAga 21:․․․

IKHASI 22 Abafileyo bazini? UmShumayeli 9:․․․

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Yini Oyaziyo Ngabaprofethi?

Funda uJeremiya 38:1-13; 39:15-18 bese uphendula imibuzo elandelayo.

4. ․․․․․

Ubani owasindisa uJeremiya, futhi kungani enza leso senzo esasingamfaka engozini?

5. ․․․․․

UJeremiya wathini kuleyo ndoda kamuva?

ENINGAXOXA NGAKO:

Kungani uJeremiya amemezela isigijimi sikaJehova nakuba kwakuyingozi ukwenza kanjalo? Uma ukhonza uJehova ngendlela uJeremiya enza ngayo, yini ongaba nethemba lokuthi uJehova uyokwenzela yona?

◼ Izimpendulo zisekhasini 27

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Imbongolokazi.

2. Udondolo lukaBhalami.

3. Ingelosi kaJehova.

4. U-Ebhedi-meleki. Wayazi ukuthi uJeremiya wayengumprofethi kaJehova futhi kwakungafanele afe.

5. Ukuthi uJehova wayeyomvikela u-Ebhedi-meleki lapho kubhujiswa iJerusalema.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela