Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 12/09 kk. 22-31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2009
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yini Engekho Kulesi Sithombe?
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
  • Yini Oyaziyo NgoMahluleli USamsoni?
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2009
g 12/09 kk. 22-31

Ubungaphendula Kanjani?

Yini Engekho Kulesi Sithombe?

Funda IzEnzo 10:9-48. Manje bheka lesi sithombe. Yiziphi izinto ezingekho kuso? Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi, bese udweba izinto ezingekho.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Ucabanga ukuthi yisiphi isifundo uJehova ayesifundisa uPetru? UMKHONDO: Funda IzEnzo 10:28, 34, 35. Ungabonisa kanjani ukuthi ufunde okuthile endabeni kaPetru lapho usebenzelana nabantu bezinye izinhlanga noma amasiko?

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 9 Yini abantu abangeke bayithole? UmShumayeli 3:․․․

IKHASI 10 Umhlaba unikwe obani? IHubo 115:․․․

IKHASI 13 Ukuze sijabule, yini okufanele siyiqaphele? Mathewu 5:․․․

IKHASI 19 Ashafa nini amacebo? IzAga 15:․․․

Yini Oyaziyo NgoMahluleli USamsoni?

Funda AbaHluleli 13:1–16:31. Manje phendula imibuzo elandelayo.

4. ․․․․․

Wayengowasiphi isizwe?

5. ․․․․․

Wakhulula u-Israyeli kusiphi isizwe?

6. ․․․․․

Iqiniso noma amanga? Waphila ngaphambi kukamprofethi uSamuweli.

ENINGAXOXA NGAKHO:

Kungani uSamsoni ayenamandla kangaka?

UMKHONDO: Funda amaHebheru 11:32-34.

Iyiphi ingxenye endabeni kaSamsoni oyithande kakhulu, futhi kungani?

◼ Izimpendulo zisekhasini 22

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Azikho izidalwa ezinezinyawo ezine.

2. Azikho izinto ezinwabuzelayo.

3. Azikho izinyoni.

4. SakwaDani.—AbAhluleli 13:2-5.

5. SamaFilisti.—AbAhluleli 13:1.

6. Amanga.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela