AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZENZO 17-18
Lingisa Umphostoli UPawulu Endleleni Yokushumayela Nokufundisa
Singasilingisa kanjani isibonelo somphostoli uPawulu?
Singasebenzisa imiBhalo ukuze sibonisane nabantu futhi singavumelanisa lokhu esikufundisayo nalabo esixoxa nabo
Singashumayela nomaphi noma nini lapho kungenzeka sithole khona abantu
Ngobuhlakani singazihlonipha izinkolelo zabanye ukuze sithole esingavumelana ngakho