AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | LUKA 1
Lingisa Ukuthobeka KukaMariya
UJehova wanikeza uMariya ilungelo elikhulu kunawo wonke ngenxa yokuthi wayeyibona inhliziyo yakhe ethobekile.
Amazwi kaMariya abonisa kanjani ukuthi . . .
wayethobekile?
wayenokholo oluqinile?
wayenolwazi lwemiBhalo?
wayemthanda uJehova?