Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Disemba k. 6
  • Disemba 24-30

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Disemba 24-30
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Disemba k. 6

Disemba 24-30

IZENZO 17-18

  • INgoma 78 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Lingisa Umphostoli UPawulu Endleleni Yokushumayela Nokufundisa”: (10 imiz.)

    • IzE 17:2, 3—UPawulu wayebonisana ngemiBhalo futhi ecaphuna kuyo lapho efundisa (iphuzu lokucwaninga elithi “wabonisana,” elikuyizE 17:2, kuyi-nwtsty-E; iphuzu lokucwaninga elithi “ebonisa ngezingcaphuno,” elikuyizE 17:3, kuyi-nwtsty-E)

    • IzE 17:17—UPawulu wayeshumayela nomaphi lapho ayethola khona abantu (iphuzu lokucwaninga elithi “esigcawini [noma, emakethe],” elikuyizE 17:17, kuyi-nwtsty-E)

    • IzE 17:22, 23—UPawulu wayeqaphile futhi ezama nokuthola azovumelana ngakho nabantu (iphuzu lokucwaninga elithi “Kunkulunkulu Ongaziwa,” elikuyizE 17:23, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzE 18:18—Yini engashiwo mayelana nesifungo esenziwa uPawulu? (w08 5/15 32 ¶5)

    • IzE 18:21—Singamlingisa kanjani uPawulu njengoba sizama ukufinyelela imigomo ezosisondeza kuNkulunkulu? (iphuzu lokucwaninga elithi “uma uJehova ethanda,” elikuyizE 18:21, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 17:1-15

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 7

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 70

  • Shumayela Futhi Ufundise Izindaba Ezinhle Ngentshiseko: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukukhulekela Komkhaya: UPawulu—Wazishumayela Ngokuphelele Izindaba Ezinhle. Yibe usubuza imibuzo elandelayo: Lo mndeni okule vidiyo ubone kanjani ukuthi udinga ukuthuthukisa izinga lenkonzo yawo? Balingisa ziphi izingxenye zenkonzo yomphostoli uPawulu? Bathola ziphi izibusiso? Imaphi amanye amacebiso okukhulekela komkhaya ongawasebenzisa?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 1 ¶8-15

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 151 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela