Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/15 k. 4
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Izintshumayelo Eziyisibonelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 10/15 k. 4

Izintshumayelo Ezisikiselwe

INqabayokulinda November 1

“Lapho kuba nempi, zombili izinhlangothi zikholelwa ukuthi uNkulunkulu ungakuzo. Ucabanga ukuthi uNkulunkulu uyayivumela impi? [Lindela impendulo.] Le Nqabayokulinda inikeza izizathu ezenza uNkulunkulu walwa ezikhathini zakudala nendlela azoyiqeda ngayo ngokuphelele impi.” Funda iHubo 46:9 bese umnikeza omagazini.

Phaphama! November

“Izigidi zabantu emhlabeni ziphathwa kabi ubuzenzisi obusezinkolweni ezihlukahlukene nezimfundiso zazo ezilimazayo. Ulibona linjani ikusasa lenkolo? [Lindela impendulo.] Lo magazini uqokomisa isiprofetho esiphawulekayo esiseBhayibhelini encwadini yesAmbulo esingabikezelanga nje kuphela ukuphuma kwabantu abaningi enkolweni yamanga kodwa nokuthi ekugcineni iyobhujiswa.”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela