Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/15 k. 4
  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 10/15 k. 4

Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Sijabula kakhulu ukunazisa ngamanani ababekhona eSikhumbuzweni awo wonke amazwe angaphansi kwegatsha laseNingizimu Afrika. Iningi lawo libonisa ukuthi kube nentuthuko enkulu ngo-2014. ELesotho ababekhona bangu-10 266. EBotswana babengu-6 323, eNamibia bengu-7 726. INingizimu Afrika ifinyelele inani elisha labangu-250 754. Ngaphezu kwalokho, abamemezeli abangu-11 011 babe amaphayona asizayo ngenyanga ka-April futhi iNingizimu Afrika ibike inani eliphakeme lezifundo zeBhayibheli elingu-145 001. Esiqhingini saseSt Helena bangu-272 ababakhona eSikhumbuzweni kwathi eSwazini baba ngu-8 841. Kunomsebenzi omkhulu ensimini yethu; ngempela umsebenzi wokuvuna usemkhulu. Masiqhubeke sinxusa iNkosi yokuvuna ukuba ithumele izisebenzi ezengeziwe kule nsimu yethu evundile.​—Mathewu 9:​37, 38.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela