ISimiso Sesonto Lika-June 29
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 29
INgoma 9 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 26 ¶18-23, ibhokisi ek. 269 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 AmaKhosi 3-6 (8 imiz.)
Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini (20 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: “Khumbula izinsuku zakudala.”—Dut. 32:7.
15 imiz: Isipho Sango-July. Ingxoxo. Khulumela izici zesipho senyanga, bese kuba nomboniso lapho ummemezeli esiza osanda kuhlanganyela ukuba alungiselele intshumayelo yakhe.
15 imiz: Zuza E-Ncwadini Yonyaka Ka-2015. Ingxoxo. Bukeza kafushane “Incwadi Evela ENdikimbeni Ebusayo.” Cela izilaleli ziphawule izici ezivelele zombiko womhlaba wonke. Bakhuthaze bonke ukuba bayifunde bayiqede INcwadi Yonyaka.
INgoma 108 Nomthandazo