ISimiso Sesonto Lika-May 5
ISONTO ELIQALA NGO-MAY 5
INgoma 33 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 6 ¶16-21, nebhokisi ek. 65 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Eksodusi 23-26 (10 imiz.)
No. 1: Eksodusi 25:1-22 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Awukho Umlando WeBhayibheli Obonisa Ukuthi U-Adamu Wagcina ISabatha—rs k. 121 ¶2-4 (5 imiz.)
No. 3: U-Abrahama—Umlando Wakhe Wasekuqaleni Uyisibonelo Sokholo—w12 1/1 k. 3-4; w01 8/15 k. 14 ¶1-12 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Hambisa Omagazini Ngo-May. Ingxoxo. Qala ngomboniso wokuhanjiswa komagazini kusetshenziswa izintshumayelo ezimbili ezisikiselwe ezikuleli khasi. Ngemva kwalokho hlaziya intshumayelo ngayinye esikiselwe kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni. Phetha ngokukhuthaza bonke ukuba bajwayelane nomagazini futhi bahlanganyele ngentshiseko ekubahambiseni.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Sisebenze Kanjani? Ingxoxo. Cela abamemezeli basho indlela abazuze ngayo esihlokweni esithi, “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuba Usizo Kohamba Naye.” Cela izilaleli zilandise okuhlangenwe nakho okuhle.
INgoma 103 Nomthandazo