ISimiso Sesonto Lika-June 17
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 17
INgoma 48 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
jr isahl. 10 ¶20-27 (30 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 5-7 (10 imiz.)
No. 1: IzEnzo 5:17-32 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Yini Okumelwe Umuntu Ayenze Ukuze Aziwe UJehova?—2 Thim. 2:19 (5 imiz.)
No. 3: Yini Edingekayo Ukuze Sizuze Emhlatshelweni KaJesu?—rs k. 133 ¶2-5 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
30 imiz: “Ukwakhiwa KwamaHholo OMbuso—Ungahlanganyela Yini Kakhudlwana?” Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 11, xoxa kafushane nothile oye waba nengxenye emsebenzini wokwakha amaHholo OMbuso futhi umbuze ukuthi kumzuzise kanjani.
INgoma 9 Nomthandazo