ISimiso Sesonto Lika-April 26
ISONTO ELIQALA NGO-APRIL 26
INgoma 82 (72)
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cf isahl. 3 ¶20-24, ibhokisi elisek. 34
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Samuweli 26-31
Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 135 (2)
5 imiz: Izaziso.
5 imiz: Lungiselela Ukuhambisa INqabayokulinda Ne-Phaphama! Qala ngokuba nephayona elenza umboniso wokuthi lizoyihambisa kanjani INqabayokulinda noma i-Phaphama! yamuva. Kafushane buza izilaleli ukuthi iziphi izihloko, imibuzo nemiBhalo ezicabanga ukuyisebenzisa.
10 imiz: Ukufakaza Ngokubhala Incwadi. Ingxoxo nezilaleli esekelwe encwadini ISikole Senkonzo, amakhasi 71-73.
15 imiz: IBhokisi Lemibuzo. Ingxoxo nezilaleli. Fundani futhi nixoxe ngemiBhalo ekhonjiwe.
INgoma 104 (165)