ISimiso Sesonto Lika-June 29
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 29
INgoma 124
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Levitikusi 14–16
Ukubukezwa Kwesikole Senkonzo Esingokwasezulwini
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 81
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Ukubukeka Kahle Komuntu Siqu—Kungani Kubalulekile. Ingxoxo nezilaleli esekelwe encwadini ethi ISikole Senkonzo, amakhasi 131-134.
10 imiz: Khetha Izintshumayelo Ezivumelana “Nabo Bonke Abantu.” (1 Kor. 9:22) Ingxoxo nezilaleli. Uma sekuxoxwa ngemibuzo elandelayo, izilaleli zingasho okuhlangenwe nakho kwazo. Yiziphi izintshumayelo ozithola zithakazelisa emaqenjini obudala obuhlukahlukene, ubulili nenkolo? Singayisebenzisa kanjani incwadi ethi Ukubonisana ukuze sikhethe izintshumayelo ezizokhanga abantu abahlukahlukene? Singaba kanjani abavumelana nezimo uma kuziwa kule ndaba?
10 imiz: Izincwadi ezizohanjiswa ngo-July nango-August. Bukeza izincwadi ezizohanjiswa. Makube nemiboniso emibili noma emithathu yezethulo ezingaphumelela ensimini yakini.
INgoma 215