ISimiso Sesonto Lika-June 1
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 1
INgoma 26
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Eksodusi 38-40
No. 1: Eksodusi 40:1-19
No. 2: Ingabe Njalo Nje Ufuna Ukuba Phambili? (lr-ZU isahl. 20)
No. 3: Yiliphi Ithemba Elikhona Lokuphulukiswa Kwangempela Kwaso Sonke Isintu? (rs-ZU k. 327 ¶5–328 ¶2)
□ UMhlangano Wenkonzo:
INgoma 129
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Siza Abanye Bathuthuke. Ingxoxo nezilaleli esekelwe endabeni engaphansi kwesihlokwana sokuqala ekhasini 188 lencwadi ethi ISikole Senkonzo. Xoxa kafushane nephayona noma omunye ummemezeli osize abasanda kuhlanganyela ukuba bathuthuke.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Yini Esiyifezile? Ingxoxo nezilaleli. Ncoma ibandla ngomsebenzi othe xaxa elawenza ngenkathi yeSikhumbuzo, futhi usho ngokuqondile ukuthi yini eyafezwa. Cela izilaleli zilandise okuhlangenwe nakho ezakujabulela lapho zihambisa izimemo zeSikhumbuzo noma lapho zikhonza njengamaphayona asizayo.
INgoma 53