Uhlu Lokuphakathi
February 15, 2010
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
April 5-11, 2010
‘Khuluma Izwi LikaNkulunkulu Ngesibindi’
IKHASI 5
IZINGOMA: 33 [27], 92 [162]
April 12-18, 2010
Sebenzisa ‘Inkemba Yomoya’ Ngekhono
IKHASI 10
IZINGOMA: 96 [193], 113 [11]
April 19-25, 2010
“Umoya Nomlobokazi Bathi: ‘Woza!’”
IKHASI 14
IZINGOMA: 47 [6], 134 [222]
April 26, 2010–May 2, 2010
Niyemukelwa Endleleni Yokuphila Engcono Kakhulu!
IKHASI 24
IZINGOMA: 94 [182], 65 [42]
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 1-3 AMAKHASI 5-18
Lezi zihloko zixoxa ngendima yomoya ongcwele enkonzweni yethu. Zibonisa indlela ukuqondiswa umoya kaNkulunkulu okusisiza ngayo ukuba sikhulume ngesibindi, sifundise ngekhono futhi singayeki ukushumayela.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 4 AMAKHASI 24-28
Ukwenza intando kaJehova nokulalela uJesu kuyindlela engcono kakhulu yokuphila. Lesi sihloko sisenza sigxile ezibusisweni ezijatshulelwa yilabo abazinikezela kuNkulunkulu futhi babhapathizwe. Sibonisa nalokho okumelwe sikwenze ukuze sihlale siseqinisweni.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Ingabe Ubheka UJehova NjengoYihlo? 3
Melana Nenkulumo-ze KaSathane 19
“Ilungelo Lengane Lokukhula Ngokomoya” 29
Ithuluzi Lokusiza Intsha Ikhumbule UMdali Wayo 30