Uhlu Lokuphakathi
June 15, 2009
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
August 3-9, 2009
IKHASI 7
IZINGOMA: 31, 118
August 10-16, 2009
“Shisekela Imisebenzi Emihle”!
IKHASI 11
IZINGOMA: 30, 181
August 17-23, 2009
Khuluma Iqiniso Nomakhelwane Wakho
IKHASI 16
IZINGOMA: 192, 170
August 24-30, 2009
Umphathi Othembekile NeNdikimba Ebusayo
IKHASI 20
IZINGOMA: 51, 114
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 7-15
Amakhosi amane akwaJuda avelela ngokusekela ukukhulekela kweqiniso ngentshiseko. Yini esingayifunda kuwo mayelana nentshiseko okumelwe siyibonise lapho sikhonza uJehova? Lezi zihloko ezimbili ziyosithakazelisa futhi zisakhe.
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 16-20
Ekuphileni kwethu kwansuku zonke, sibhekana nezimo eziningi okungase kubonakale kulula, kuwusizo kakhudlwana, noma ngisho kuwukubonisa isihawu ukusho into engelona iqiniso noma ukukhuluma ngendlela edukisayo. Kungani amaKristu eqiniso kudingeka amelane nanoma isiphi isilingo sokwenza lokho? Yini eyokusiza kule ndaba?
Isihloko Esifundwayo 4 AMAKHASI 20-24
Abantu bakaNkulunkulu basihlonipha kakhulu isigaba senceku ethembekileyo neqondayo. Kodwa lesi sigaba sisonke sihlobene kanjani neNdikimba Ebusayo? ImiBhalo ibonisani ngendlela uJehova asilungiselela ngayo ukudla okungokomoya namuhla? Futhi kufanele sibabheke kanjani labo abadla izifanekiselo zeSikhumbuzo? Lesi sihloko siyazicacisa lezi zinto.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
Ngingambuyisela Ngani UJehova?
IKHASI 3
Indlela Yokuthola Injabulo Ngesipho Sokungashadi
IKHASI 25
Izizathu Nezindlela Zokuphathisa Abanye
IKHASI 28
IKHASI 32