Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 6/12 kk. 10-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2012
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • YINI ESINGAYIFUNDA KU- . . . Adamu no-Eva?
  • Wagcine Bese Uwafunda Kamuva
  • Abantu Namazwe
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 30 NO-31
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2012
g 6/12 kk. 10-31

Ukubukeza Komkhaya

YINI ESINGAYIFUNDA KU- . . . Adamu no-Eva?

INGABE WAKE WALINGEKA UKUBA UTHATHE INTO OKUNGEYONA EYAKHO?

• Faka imibala kulezi zithombe. • Funda amavesi eBhayibheli futhi uwachaze njengoba ugcwalisa izikhala. • Thola izinto ezifihliwe—(1) ufudu (2) neselesele.

GENESISE 2:16

GENESISE 2:17

GENESISE 3:4 ․․․․․

GENESISE 3:6

KAMUVA, UNKULUNKULU WABUZA UKUTHI BABESIDLILE YINI ISITHELO SOMUTHI.—GENESISE 3:11

GENESISE 3:12 ․․․․․

GENESISE 3:13 ․․․․․

NGENXA YOKUTHI U-ADAMU NO-EVA BEBELA UNKULUNKULU, WABAXOSHA ENSIMINI FUTHI BAQALA UKUFA.—GENESISE 3:14-24

Kungani u-Adamu no-Eva babeyobe bamhloniphile uNkulunkulu ngokumlalela?

UMKHONDO: IsAmbulo 4:11.

Waba yini umphumela wokweba kwabo?

UMKHONDO: AmaRoma 5:12.

Yini oyifundayo kulokhu kulandisa?

Ucabangani?

Ubani owenza ukuba inyoka ikhulume?

UMKHONDO: IsAmbulo 12:9.

Wagcine Bese Uwafunda Kamuva

Wasike, uwasonge bese uwabeka

IKHADI LEBHAYIBHELI 18 UJOSIYA

IMIBUZO

A. UJosiya waba inkosi lapho eneminyaka engu- ․․․․․ futhi wabusa iminyaka engu- ․․․․․.

B. Yibaphi abaprofethi ababili ababenethonya elihle kuJosiya?

C. Umpristi watholani ethempelini lapho uJosiya ethi makulungiswe “indlu kaJehova”?

[Ishadi]

4026 B.C.E. 1 C.E. 98 C.E.

Ukudalwa kuka-Adamu Waphila cishe Kwalotshwa incwadi

ngo-650 B.C.E. yokugcina yeBhayibheli.

[Ibalazwe]

Waphihliza izithombe ezibaziwe emizini yalezi zizwe.—2 IziKronike 34:6, 7.

UNafetali

UManase

U-Efrayimi

USimeyoni

UJOSIYA

UMLANDO

Nakuba uyise u-Amoni ayemubi, uJosiya “wenza okulungileyo emehlweni kaJehova.” (2 IziKronike 34:2) Wakhetha ukulalela labo ababethanda uNkulunkulu kunalabo ababengabangane ababi. Ukuthobeka kwakhe nokwazisa kwakhe ukukhulekela kweqiniso kwamlethela umusa kaNkulunkulu.—2 AmaKhosi 22:19; 23:24, 25.

IZIMPENDULO

A. 8, 31.—2 IziKronike 34:1.

B. UJeremiya noZefaniya.—Jeremiya 1:1, 2; Zefaniya 1:1.

C. “Incwadi yomthetho kaJehova,” eyalotshwa uMose.—2 IziKronike 34:14-18.

Abantu Namazwe

3. Igama lami nginguSash, ngineminyaka engu-9, nginoRosette oneminyaka engu-8. Sihlala eRwanda. Ucabanga ukuthi bangaki oFakazi BakaJehova abahlala eRwanda? Ingabe bangu-19 000, 47 500 noma 77 500?

4. Iliphi ichashazi elibonisa lapho sihlala khona? Likokelezele bese ubeka ichashazi lapho wena uhlala khona futhi ubone ukuthi ukude kangakanani neRwanda.

A

B

C

D

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Ukuze uzitholele amakhophi engeziwe “Okubukeza Komkhaya,” yana engosini ethi www.jw.org

● Izimpendulo “ZOKUBUKEZA KOMKHAYA” zisekhasini 10

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 30 NO-31

1. Ufudu esigcawini 6.

2. Iselesele esigcawini 1.

3. 19 000.

4. B.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela