Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 6/12 k. 32
  • Yangisiza Nganqoba Umkhuba Omubi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Yangisiza Nganqoba Umkhuba Omubi
  • I-Phaphama!—2012
I-Phaphama!—2012
g 6/12 k. 32

Yangisiza Nganqoba Umkhuba Omubi

● Ngonyaka odlule kwakhululwa incwadi ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, Umqulu I. Ekhasini 180, ichaza IzAga 24:16, ezithi olungile angawa ngisho nakasikhombisa kodwa avuke. Lokhu kwamsiza kakhulu othile osemusha owathi: “Umfanekiso okulelo khasi wangibonisa ukuthi uNkulunkulu uyayibona intuthuko yami. . . . Le ncwadi yangenza ngabona ukuthi ngingayenza imithandazo yami ithinte udaba oluthile ngokuqondile futhi ngicele uNkulunkulu angisize ngibhekane nemizwa yokuzenyeza. Ngaleyo ndlela, ngiyakwazi ukuthandaza kuye ngicele usizo ngaphambi kokuba nginqotshwe isilingo futhi ngikwazi ukunqoba umkhuba wami omubi.

“Nginethemba lokuthi nakubo kule minyaka edlule sengiwe izikhathi ezingaphezu kwezingu-77, ngizoyinqoba inkinga yami. Angisenawo umuzwa wokuthi ngiyisoni esikhulu emhlabeni.”

Ungacela ikhophi yale ncwadi ngokugcwalisa isigqebhezana esingezansi bese usithumela ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.

□ Angizibophi kodwa ngicela ikhophi yencwadi eboniswe lapho.

□ Ngicela ningithinte mayelana nesifundo seBhayibheli samahhala.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela