Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 10/10 kk. 21-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2010
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Yini Engalungile Ngalesi Sithombe?
  • YINI OYAZIYO NGOMPHOSTOLI UNATHANAYELI?
  • IZINGANE ZIFUNA IZITHOMBE
  • IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2009
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2010
g 10/10 kk. 21-31

Ukubukeza Komkhaya

Yini Engalungile Ngalesi Sithombe?

Funda uGenesise 4:1-8, bese ubheka isithombe. Yiziphi izinto ezinganembile kuso? Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

UKhayini wasabela kanjani lapho uJehova uNkulunkulu amukela umfowabo u-Abela? Uma kubonakala sengathi abazali bakho bathanda enye yezingane zakini kakhulu, yini okufanele uyigweme, futhi ngani?

YINI OYAZIYO NGOMPHOSTOLI UNATHANAYELI?

4. Yiliphi elinye igama uNathanayeli ayaziwa ngalo?

UMKHONDO: Funda uLuka 6:14; Johane 1:44-46.

․․․․․

5. Yini uJesu ayeyithanda ngoNathanayeli?

UMKHONDO: Funda uJohane 1:47.

․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Ungamlingisa kanjani uNathanayeli? Uzuza kanjani uma wenza kanjalo?

UMKHONDO: Funda iHubo 24:3-5; 34:13-16.

IZINGANE ZIFUNA IZITHOMBE

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 5 Inhliziyo yomuntu ithambekele kuphi? Genesise 8:․․․

IKHASI 6 Kufanele silwele ukuziphatha kanjani? Hebheru 13:․․․

IKHASI 24 Yini okufanele sizibekele yona? 1 Korinte 9:․․․

IKHASI 26 Yini ezokwenzeka uma ulinda kuze kube yilapho umoya nesimo sezulu kukuhle? UmShumayeli 11:․․․

● Izimpendulo zisekhasini 21

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Mabili kuphela amadodana enza imihlatshelo.

2. UKhayini waletha izithelo zomhlaba njengomnikelo.

3. U-Abela wanikela ngemvu, hhayi inkomo.

4. UBartolomewu.

5. Wayengakhohlisi.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela