Uhlu Lokuphakathi
October 2010
Ubani Ongamethemba?
Ingabe bakhona abantu abathembekile namuhla? Impendulo ingase ikumangaze.
3 “ Inkinga Yezwe Lonke Yokuntuleka Kokwethembeka”
4 Ingabe Abantu Bangathembeka?
10 Lena Imbila Okuthiwa I-alpine
14 Ukunqamula Enyakatho Yomhlaba
17 Woza Uzobona Futhi Uzwe “INkosi Yamawashi”
23 Ingabe Lwaklanywa? Ulimi Lomzwilili
27 “ Mayday! Mayday! Mayday!”—Inhlabamkhosi Esindisa Ukuphila
29 Umbono WeBhayibheli Ingabe UNkulunkulu Ungumuntu Ongokoqobo?
32 Igugu Labafundi BeBhayibheli
Isifo Esasesatshwa Kunazo Zonke Ekhulwini Le-19 20
Funda indlela ikholera eyaceka ngayo elaseBrithani ngawo-1800.
Ngingayifinyelela Kanjani Imigomo Yami? 24
Funda ukuthi ukufinyelela imigomo yakho kungakusiza kanjani ukuba uzethembe kakhudlwana, ube nabangane abengeziwe, futhi ujabule kakhudlwana.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
© Mary Evans Picture Library