Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 7/08 kk. 22-31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2008
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Lalisho Ukuthini Iphupho?
  • Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • Ubani Oyingxenye Yozalo LukaJesu?
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2008
g 7/08 kk. 22-31

Ubungaphendula Kanjani?

Lalisho Ukuthini Iphupho?

Funda ukulandisa kweBhayibheli okutholakala kuDaniyeli 2:25-45, bese uphendula imibuzo engezansi.

1. Yisho izinto ezine okwakhiwe ngazo lesi sithombe.

․․․․․

․․․․․

․․․․․

․․․․․

2. Zimelelani lezi zinto?

․․․․․

3. Kwenzekani esithombeni?

․․․․․

4. Yini ethatha indawo yesithombe, futhi ihlala isikhathi esingakanani?

․․․․․

․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Le ndaba ibonisa kanjani ukuthi uDaniyeli wayeyindoda enesizotha? Uma wenza umsebenzi kahle noma unekhono ngandlela-thile, kungani kufanele ube nesizotha?

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 7 Yini okufanele imibhangqwana eshadile isheshe ukuyenza? Jakobe 1:________

IKHASI 9 Yini imibhangqwana eshadile okufanele iyiqaphele? Filipi 2:________

IKHASI 11 Yini uNkulunkulu ayala izikhonzi zakhe ukuba ziyigweme? Duteronomi 18:________

IKHASI 21 Uma osemusha engagcini nje ngokuzwa kodwa eba ngumenzi, uyoba yini? Jakobe 1:________

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Ubani Oyingxenye Yozalo LukaJesu?

UMKHONDO: Funda imiBhalo bese ubhala amagama anembile ezikhaleni ezinikeziwe.

5. ․․․․․

UMKHONDO: Umzukulu wami waba yinkosi yesibili yakwa-Israyeli.

Funda eyoku-1 Samuweli 16: 13, 14; 1 IziKronike 2:12-15.

6. ․․․․․

UMKHONDO: U-Isaya waprofetha ukuthi othile ohlwini lwami lozalo ‘uyoma njengesibonakaliso ezizweni.’

Funda u-Isaya 11:10.

7. ․․․․․

UMKHONDO: Ngangaziwa ngokwakha izinsimbi zokudlala umculo.

Funda eyesi-2 IziKronike 7:6.

◼ Izimpendulo zisekhasini 22

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Igolide, isiliva, ithusi nensimbi.

2. Imibuso emine.

3. Siyabhujiswa.

4. UMbuso kaNkulunkulu; uhlala kuze kube nini nanini.

5. U-Obede.—Luka 3:31, 32.

6. UJese.—Luka 3:32.

7. UDavide.—Luka 3:31.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela