Uhlu Lokuphakathi
May 2008
Ingabe Kufanele Ulesabe Ikusasa?
Ezweni lanamuhla elinezinkinga, abantu abaningi bayalesaba ikusasa. Kodwa ingabe lifiphele ngendlela okubonakala ngayo? Ingabe ngempela ikusasa lethu lisezandleni zabaholi bezentengiselwano, bezombangazwe, benkolo nabezesayensi? Funda impendulo eduduzayo.
3 Okwenza Iningi Liphelelwe Yithemba
4 Ingabe Abantu Bangagomela Ngokuletha Ikusasa Elijabulisayo?
7 Ikusasa Elilondekile Ngaphansi Kokubusa KukaNkulunkulu
16 Ingabe Isihlahla Ngempela Lesiya?
19 Ingabe Izenzo Zokuphana Ziyikhambi?
22 Umculo—Isipho SikaNkulunkulu Sokujabulisa Inhliziyo
32 “Thola Izibusiso NgeNkosi KaJehova Eqondiswa Umoya”
Imihambima Yase-Asia Eyazakhela Umbuso 12
Funda ngemihambima eyayaziwa njengabagibeli bamahhashi, eyanqoba amazwe amaningi ngeminyaka nje engu-25 kunanqotshwa amaRoma eminyakeni engamakhulu amane.
Kungani Ngingavele Nje Ngizibulale? 26
Kunabantu abaningi abazibulalayo unyaka ngamunye, kanti izigidi ziyakuzama. Funda indlela umuntu angayinqoba ngayo imizwelo ebuhlungu.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Horsemen: Bildarchiv Preussischer Kulturbesitz/Art Resource, NY