Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 4/08 kk. 19-31
  • Ubungaphendula Kanjani?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ubungaphendula Kanjani?
  • I-Phaphama!—2008
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Chaza Lo Mfanekiso
  • Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • Obani Abayingxenye Yozalo LukaJesu?
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2008
g 4/08 kk. 19-31

Ubungaphendula Kanjani?

Chaza Lo Mfanekiso

1. Ekulandiseni okukuMathewu 25:31-46, ubani obizwa ngokuthi “iNdodana yomuntu”?

UMKHONDO: Funda uMathewu 16:13-17.

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

2. Yini enquma ukuthi umuntu uyimvu noma imbuzi?

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

3. Yini eyenzeka ezimvwini nasezimbuzini?

․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Obani okubhe-kiselwa kubo ngokuthi “abafowethu”? Yini ongayenza ukuze ubasize?

Imibuzo Esekelwe Kulo Magazini

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 3 Yini eyayiyoshiwo abahleki bosulu ezinsukwini zokugcina? 2 Petru 3:________)

IKHASI 7 Imbubhiso engazelelwe iyofika nini? 1 Thesalonika 5:________)

IKHASI 20 Kungani inhloko yomkhaya kufanele yondle umkhaya wayo? 1 Thimothewu 5:________)

IKHASI 28 Iyiphi indlela okufanele sifune ukuziphatha ngayo? Hebheru 13:________)

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Obani Abayingxenye Yozalo LukaJesu?

Cabangela izici ezinikeza umkhondo. Funda imibhalo bese ubhala amagama anembile ezikhaleni ezinikeziwe.

4. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

UMKHONDO: Ngingumkhulu ka-Abrahama.

Funda uGenesise 11:24-26.

5. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

UMKHONDO: Ngathutha nom- khaya wami sisuka emzini wase-Uri saya ezweni lase-Khanani.

Funda uGenesise 11:31.

6. ․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․․

UMKHONDO: UJehova washintsha igama lami ngoba wathi ngizoba “uyise wesixuku sezizwe.”

Funda uGenesise 17:5.

◼ Izimpendulo zisekhasini 19

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. UJesu.

2. Indlela aphatha ngayo abafowabo bakaJesu abangokomoya.

3. Izimvu zithola ukuphila okuphakade, izimbuzi ziya ekubhujisweni kwaphakade.

4. UNahori.—Luka 3:34.

5. UThera.—Luka 3:34.

6. U-Abrahama.—Luka 3:34.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela