Ikhasi Lesibili
Ingabe Ukudla Kwakho Kunomsoco Ngempela? 3-7
Izigidi emhlabeni wonke azivamile ukujabulela ukudla okunomsoco. Ukudla okungenamsoco kungabulala. Ingabe akhona yini amakhambi?
Ingabe UNkulunkulu UyakujabulelaUkusibona Sihlupheka? 10
Abantu abaningi bakholelwa ngobuqotho ukuthi uNkulunkulu uyajabula lapho ebona abakholwayo behlupheka. Kunengqondo yini lokho? Ingabe kusekelwe eBhayibhelini?
Ukufiphala Kwelanga Nokuhlaba Umxhwele Kwesayensi Yezinkanyezi 12
Kwenzeka kanjani ukufiphala? Lithini iBhayibheli ngesayensi yezinkanyezi?
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
Photo courtesy of NASA/Finley-Holiday Film Corporation