AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 92-101
Ukuchuma Ngokomoya Ebumpungeni
Isundu lingaphila iminyaka engaphezu kweyikhulu kodwa liqhubeke lithela
Asebekhulile bathela izithelo ezingokomoya ngokuba . . .
bathandazele abanye
batadishe iBhayibheli
babe khona emihlanganweni yebandla futhi bahlanganyele kuyo
baxoxe nabanye ngalokho abaye babhekana nakho
bashumayele ngenhliziyo yabo yonke