Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Agasti k. 4
  • August 8-14

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • August 8-14
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Agasti k. 4

August 8-14

AMAHUBO 92-101

  • INgoma 28 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukuchuma Ngokomoya Ebumpungeni”: (10 imiz.)

    • IHu 92:12—Abalungileyo bathela izithelo ezingokomoya (w07 9/15 32; w06 7/15 13 ¶2)

    • IHu 92:13, 14—Asebekhulile bangachuma ngokomoya naphezu kobuthakathaka (w14 1/15 26 ¶17; w04 5/15 12 ¶9-10)

    • IHu 92:15—Asebekhulile bangasebenzisa lokho abaye babhekana nakho ukuze bakhuthaze abanye (w04 5/15 12-14 ¶13-18)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 99:6, 7—Kungani uMose, u-Aroni noSamuweli beyizibonelo ezinhle? (w15 7/15 4 ¶5)

    • IHu 101:2—Kusho ukuthini ‘ukuhamba ngobuqotho bezinhliziyo’ ngaphakathi ezindlini zethu? (w05 11/1 24 ¶14)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 95:1–96:13

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.4—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.4—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 161-162 ¶18-19—Siza umfundi ukuba abone indlela angakusebenzisa ngayo akufundile.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 90

  • Nina Esenikhulile—Ninendima Ebalulekile (IHu 92:12-15): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Nina Esenikhulile—Ninendima Ebalulekile. (Ngena kuyi-tv.jw.org/zu, ngaphansi kwesithi I-VIDEO ETHANDWAYO > IBHAYIBHELI.) Yibe usucela izilaleli ukuba zisho izifundo ezizitholile. Khuthaza asebekhulile ukuba baxoxe nabasebasha ngokuhlakanipha abaye bakuzuza nangezinto ababhekane nazo ekuphileni kwabo. Khuthaza abasebasha ukuba baxoxe nasebekhulile uma befuna ukwenza izinqumo ezibalulekile ekuphileni.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 21 ¶13-22, ukubukeza ek. 186

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 29 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela