Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Agasti k. 5
  • August 15-21

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • August 15-21
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Agasti k. 5

August 15-21

AMAHUBO 102-105

  • INgoma 80 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova Uyakhumbula Ukuthi Siluthuli”: (10 imiz.)

    • IHu 103:8-12—UJehova usithethelela ngesihe lapho siphenduka (w13 6/15 20 ¶14; w12 7/15 16 ¶17)

    • IHu 103:13, 14—UJehova ukuqonda ngokuphelele ukulinganiselwa kwethu (w15 4/15 23 ¶8; w13 6/15 15 ¶16)

    • IHu 103:19, 22—Ukwazisa kwethu isihe nomusa kaJehova, kufanele kusishukumisele ukuba sisekele ubukhosi bakhe (w10 11/15 24-25 ¶5; w07 12/1 21 ¶1)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 102:12, 27—Ukugxila ebuhlotsheni bethu noJehova, kusisiza ngani lapho sicindezelekile? (w14 3/15 16 ¶19-21)

    • IHu 103:13—Kungani uJehova engayiphenduli ngokushesha yonke imithandazo yethu? (w15 4/15 22 ¶7)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 105:24-45

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) g16.4 10-11—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) g16.4 10-11—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 164-166 ¶3-4—Siza umfundi ukuba abone indlela angakusebenzisa ngayo akufundile.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 91

  • Ungalinge Ukukhohlwe Konke Lokho UJehova Akwenzele Kona (IHu 103:1-5): (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ye-jw.org/zu ethi, Yayisingicikile Indlela Engangiphila Ngayo. (Ngaphansi kwesithi MAYELANA NATHI > IMISEBENZI.) Yibe usucabangela le mibuzo elandelayo: Yiziphi izizathu esinazo zokudumisa uJehova? Yiziphi izibusiso zangesikhathi esizayo esinethemba lazo ngenxa yobuhle bukaJehova?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 22 ¶1-13

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz)

  • INgoma 131 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela