Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/13 k. 3
  • Sebenzisa Ama-video Lapho Ufundisa

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Sebenzisa Ama-video Lapho Ufundisa
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Sebenzisa Izinsiza-kufundisa Eziphumelelayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Sebenzisa Amavidiyo Ukuze Ufundise Ofunda Nabo IBhayibheli
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukufundisa Ngama-video
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Ingabe Kufanele Ngiwabuke Ama-video Omculo?
    I-Phaphama!—2003
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 5/13 k. 3

Sebenzisa Ama-video Lapho Ufundisa

Lapho uJehova edlulisela ukwaziswa okubalulekile ku-Abrahama noJeremiya, akagcinanga ngokubatshela ngomlomo kuphela, kodwa futhi wababonisa nangamehlo. (Gen. 15:5; Jer. 18:1-6) Abantu esibafundelayo singabasiza baqonde futhi babone ukuba yinzuzo kwamaqiniso eBhayibheli ngokuzisebenzisa kahle izinto ezibukelwayo, njengama-video ethu. Ngezansi kunamacebiso abonisa ukuthi singababonisa nini amanye ama-video. Ungakhohlwa ukuthi lokhu kumane kuwukusikisela nje, njengoba abafundi bengefani.

Incwadi ethi Okufundisa IBhayibheli

◻ Esahlukweni 1: Ngemva kwesigaba 17, ningabukela i-video ethi The Wonders of Creation Reveal God’s Glory

◻ Esahlukweni 2: Ekuphetheni, ningabukela ethi The Bible—Mankind’s Oldest Modern Book

◻ Esahlukweni 9: Ngemva kwesigaba 14, ningabukela ethi OFakazi BakaJehova—Bahlelelwe Ukushumayela Izindaba Ezinhle

◻ Esahlukweni 14: Ekuphetheni, ningabukela ethi The Bible—Its Power in Your Life

◻ Esahlukweni 15: Ngemva kwesigaba 10, ningabukela ethi Our Whole Association of Brothers

Incwadi ethi “Othandweni LukaNkulunkulu”

◻ Esahlukweni 3: Ngemva kwesigaba 15, ningabukela i-video ethi Young People Ask—How Can I Make Real Friends?

◻ Esahlukweni 4: Ekuphetheni, ningabukela ethi Respect Jehovah’s Authority

◻ Esahlukweni 7: Ngemva kwesigaba 12, ningabukela ethi No Blood—Medicine Meets the Challenge

◻ Esahlukweni 9: Ngemva kwesigaba 6, ningabukela ethi Warning Examples for Our Day

◻ Esahlukweni 17: Ekuphetheni, ningabukela ethi ‘Hamba Ngokholo—Hhayi Ngokubona’

Akhona yini amanye ama-video angazuzisa omunye walabo obafundelayo? Ngokwesibonelo, kungase kubakhuthaze abantu ababhekene nokuphikiswa ukubukela i-video ethi Faithful Under Trials—Jehovah’s Witnesses in the Soviet Union noma ethi, Jehovah’s Witnesses Stand Firm Against Nazi Assault. Intsha ingazuza ngokubukela i-video ethi Pursue Goals That Honor God, nethi Young People Ask—What Will I Do With My Life? Ukuze ukhumbule ukuthi iziphi izingxenye okufanele nibukele i-video uma senifike kuzo, ziphawule encwadini ethi Okufundiswa IBhayibheli nethi “Othandweni LukaNkulunkulu” noma umboleke yona umfundi ukuze ayibukele. Lapho nje ama-video amasha ekhululwa, cabanga ngendlela ongawasebenzisa ngayo ukuze ushukumise izinhliziyo zabantu obafundela iBhayibheli.—Luka 24:32.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela