Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/13 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-May 27

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-May 27
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-MAY 27
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 5/13 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-May 27

ISONTO ELIQALA NGO-MAY 27

INgoma 6 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jr isahl. 10 ¶1-7 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Johane 12-16 (10 imiz.)

No. 1: Johane 12:20-36 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Inani Lomhlatshelo KaJesu Lasetshenziswa Kobani Kuqala, Futhi Ngayiphi Injongo?—rs k. 131 ¶2-3 (5 imiz.)

No. 3: Kungani Kufaneleka Ukuba UJehova Abizwe Ngokuthi “UNkulunkulu Onika Ukuthula”?—Roma 15:33 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 98

5 imiz: Qala Isifundo SeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Enyangeni. Inkulumo. Kusetshenziswa ikhasi elingemuva le-Nqabayokulinda, makube nomboniso wokuthi isifundo singaqalwa kanjani ngoMgqibelo wokuqala ku-June. Bakhuthaze bonke ukuba babe nengxenye.

15 imiz: Ukunisela Imbewu Esiyitshalayo. (1 Kor. 3:6-9) Ingxoxo esekelwe kule mibuzo: (1) Yini ekujabulisayo ngokwenza izimpindelo? (2) Yini abanye abayithola iyinselele ekwenzeni izimpindelo? (3) Zinganqotshwa kanjani lezi zinselele? (4) Singaluthola kanjani usizo uma sikuthola kunzima ukwenza izimpindelo? (5) Yini oyisebenzisayo ukuze ugcine imininingwane yomuntu obonise isithakazelo futhi ubhale lokho enixoxe ngako, izincwadi omshiyele zona nokunye? (6) Ukulungiselela kanjani ukwenza izimpindelo? (7) Kungani kukuhle ukubekela eceleni isikhathi sokwenza izimpindelo isonto ngalinye?

10 imiz: “Sebenzisa Ama-video Lapho Ufundisa.” Ingxoxo. Cela izilaleli zisho indlela ezazuza ngayo ngokubukela ama-video ethu zingakabi oFakazi.

INgoma 101 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela