Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/09 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 7/09 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda July 1

“Ucabanga ukuthi kungenzeka umuntu abe nokuthula kwangaphakathi kulezi zikhathi ezinezinkinga? [Lindela impendulo.] Phawula lokho iBhayibheli elikushoyo kuFilipi 4:6, 7. [Funda.] Lesi sihloko sichaza indlela esingaba ngayo nokuthula uNkulunkulu akunikezayo.” Mbonise isihloko esiqala ekhasini 10.

Phaphama! July

Iningi lethu liyakwazisa lokho abazali bethu abasifundise khona. Ucabanga ukuthi kuwukungahloniphi ukuhlola izimfundiso zenkolo esazifunda siseyizingane? [Lindela impendulo. Yibe usufunda 1 Johane 4:1.] Lesi sihloko siyabonisa ukuthi akulungile yini ukushintsha inkolo yethu.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 28.

INqabayokulinda August 1

“Abanye bathi izinkolo ziyizindlela ezahlukene eziya kuNkulunkulu oyedwa. Ingabe ucabanga ukuthi zonke izinkolo zilungile? [Lindela impendulo. Yibe usufunda uMathewu 7:13, 14.] Lo magazini uqokomisa izinto ezithile ezintathu lezo iBhayibheli elithi inkolo ekahle kufanele izikhuthaze.”

Phaphama! August

“Sonke sesike saba izisulu zokucwaswa. Ucabanga ukuthi uNkulunkulu uzizwa kanjani ngobandlululo? [Lindela impendulo. Yibe usufunda izEnzo 10:34. 35.] IBhayibheli lingasisiza sibhekane nokucwasa uma siyizisulu zakho. Futhi lisisize sisuse noma yiziphi izimpande zobandlululo okungenzeka sinazo. Lo magazini uzochaza.”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela