Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/06 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
km 4/06 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Apr. 15

“Cishe wonke umuntu uyavumelana nokuthi esinye sezihluthulelo zokuphila komkhaya okujabulisayo ukukhulumisana okuhle, kodwa abantu abaningi bakuthola kunzima ukukhulumisana kahle. Ucabanga ukuthi kungani kunjalo? [Lindela impendulo.] Lo magazini usikisela izindlela ezithile zokuthuthukisa amakhono okukhulumisana.” Funda uJakobe 1:19.

Phaphama! Apr.

“Abantu abaningi bathi isiphambano siyabasiza ukuba basondele kuNkulunkulu. Kodwa abanye bayazibuza: Ingabe kufanelekile ukusebenzisa ithuluzi uJesu afela kulo? Ingabe uJesu wafela esiphambanweni ngempela? Isihloko esiqala ekhasini 12 sihlaziya le mibuzo ngokombono weBhayibheli.” Funda IzEnzo 5:30.

INqabayokulinda May 1

“Izigidi zabantu ziyahlupheka emhlabeni jikelele ngenxa yemiphumela ebuhlungu yobubha. Ucabanga ukuthi yini engenziwa ukuze zisizwe? [Lindela impendulo, bese ufunda eyoku-1 Petru 2:21.] Lo magazini uchaza indlela esingalandela ngayo isibonelo sikaJesu ekukhathaleleni abampofu.”

Phaphama! May

“Wake wazibuza nje ukuthi kungani siguga? [Lindela impendulo.] Incazelo yeBhayibheli yokuthi kungani siguga ibonisa lokho uNkulunkulu akwenzile ukuze sikwazi ukujabulela ukuphila okungenasiphelo. [Funda u-Isaya 25:8.] Le Phaphama! ihlola eminye yemibono yamuva ngenqubo yokuguga.”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela