Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ijwbq isihloko 10
  • Ingabe Igama LikaNkulunkulu UJesu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe Igama LikaNkulunkulu UJesu?
  • Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Impendulo yeBhayibheli
  • NgoNkulunkulu Weqiniso
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2008
  • Ingabe Kufanele Uthandaze KuJesu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1994
  • UNkulunkulu INdodana Noma INdodana KaNkulunkulu”?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
  • Ungubani UJesu Kristu?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2005
Bheka Okunye
Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
ijwbq isihloko 10
UJesu uyathandaza

Ingabe Igama LikaNkulunkulu UJesu?

Impendulo yeBhayibheli

UJesu wazibiza ngokuthi ‘uyiNdodana kaNkulunkulu.’ (Johane 10:36; 11:4) Akakaze azibize ngokuthi unguNkulunkulu uMninimandla onke.

Ngaphezu kwalokho, uJesu wathandaza kuNkulunkulu. (Mathewu 26:39) Futhi ngesikhathi efundisa abalandeli bakhe indlela yokuthandaza, uJesu wathi: “Baba wethu osemazulwini, malingcweliswe igama lakho.”—Mathewu 6:9.

UJesu wembula igama likaNkulunkulu lapho ecaphuna umBhalo wasendulo ethi: “Yizwa, Israyeli, uJehova uNkulunkulu wethu unguJehova oyedwa.”—Marku 12:29; Duteronomi 6:4.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela