Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yb12 k. 2
  • Isihloko Sonyaka Ka-2012

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isihloko Sonyaka Ka-2012
  • INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2012
  • Indaba Ethi Ayifane
  • ‘Qhubekani Nihamba Eqinisweni’
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2022
  • “Ngizohamba Eqinisweni Lakho”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
  • Kungani Kufanele Sifune Iqiniso?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1995
  • Ukulingisa UNkulunkulu Weqiniso
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2003
Bheka Okunye
INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2012
yb12 k. 2

Isihloko Sonyaka Ka-2012

“Izwi lakho liyiqiniso.”—JOH. 17:17.

Yeka indlela esibonga ngayo ngokuthi uBaba wethu osezulwini onothando usambulele iqiniso! IZwi lakhe lisibonisa indlela engcono kunazo zonke yokuphila nendlela yokukusebenzisa ngokunenzuzo. Lisivikela eminakweni eyize neyingozi, lisikhulule ekugqilazweni amanga enkolo futhi lisisize sithole ukuthula kwengqondo kwangempela. Lisenza siphile ukuphila okunenjongo manje, lisinike nethemba elihle ngekusasa.

Iqiniso lisihlanganisa nezigidi zabafowethu emhlabeni wonke. Ngaphezu kwakho konke, iqiniso leBhayibheli lisifundisa ngoJehova futhi lisibonise indlela esingasondela ngayo kuye. Masingalokothi sikuthathe kalula lokho uJehova asinike kona. Kwangathi singalijabulela iqiniso futhi silivumele lisiqondise kuzo zonke izindlela zethu.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela