AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 34-35
Imiphumela Ebuhlungu Yokujwayelana Nababi
Ingabe ukuthi omakhelwane bethu, esisebenza nabo nesifunda nabo banobuntu obuhle kusho ukuthi kufanele sijwayelane nabo? Yini engasisiza sinqume ukuthi singajwayelana yini nomuntu othile noma cha?
Izingxoxo zabo ziyangisiza yini ngithuthukise ubuhlobo bami noJehova?
Izingxoxo zabo zibonisa ukuthi yini ebalulekile kubo?—Math 12:34
ZIBUZE, ‘Abantu engijwayelene nabo babuthinta kanjani ubuhlobo bami noJehova?’