ISimiso Sesonto Lika-November 30
ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 30
INgoma 94 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
ia isahl. 3 ¶14-21, ibhokisi ek. 30, ukubukeza ek. 32 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 2 IziKronike 6-9 (8 imiz.)
No. 1: 2 IziKronike 6:22-27 (3 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Kungokungathí Sina Kangakanani Ukuziphatha Okubi?—yp2 k. 44 izig. 1, 3; w06 7/15 k. 30 izig. 1-3 (5 imiz.)
No. 3: U-Ephafra—Iphuzu Eliyinhloko: Thandazela Abafowenu Futhi Ubakhonze—w08 2/15 k. 3 isig. 6–k. 4 isig. 7 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: “Mina ngatshala, u-Apholo wanisela, kodwa uNkulunkulu waqhubeka ekhulisa.”—1 Kor. 3:6.
10 imiz: Hambisa Omagazini Ngo-December. Ingxoxo. Makuqale kube nomboniso kusetshenziswa izintshumayelo ezisikiselwe. Yibe usuhlaziya intshumayelo ngayinye kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Sisebenze Kanjani? Ingxoxo. Cela abamemezeli basho indlela abazuze ngayo ngokusebenzisa amaphuzu asesihlokweni esithi “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuhambisa Incwadi Ethi Okufundiswa IBhayibheli.” Cela izilaleli zilandise okuhlangenwe nakho okuhle.
INgoma 141 Nomthandazo
Okufanele ukukhumbule: Sicela uyidlale yonke ingoma entsha eqoshiwe kube kanye, bese ibandla liyayicula.