ISimiso Sesonto Lika-November 9
ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 9
INgoma 48 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
ia isahl. 2 ¶1-12 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 IziKronike 21-25 (8 imiz.)
No. 1: 1 IziKronike 23:1-11 (3 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: U-Elisha—Iphuzu Eliyinhloko: Zihloniphe Ngokujulile Izinceku ZikaJehova—w05 8/1 k. 9 isig. 6 (5 imiz.)
No. 3: Iyini Ngempela I-Armagedoni?—rs k. 49 incazelo; bh k. 81 isig. 18 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: “Mina ngatshala, u-Apholo wanisela, kodwa uNkulunkulu waqhubeka ekhulisa.”—1 Kor. 3:6.
10 imiz: “Mina Ngatshala, U-Apholo Wanisela, Kodwa UNkulunkulu Waqhubeka Ekhulisa.” Inkulumo esekelwe esihlokweni senyanga. (1 Kor. 3:6) Kuye ngesikhathi eninaso, hlanganisa namaphuzu akuyi-Nqabayokulinda ka-March 1, 1993, amakhasi 20-23. Bukeza kafushane ezinye izingxenye zoMhlangano Wenkonzo wale nyanga futhi nixoxe ngokuthi zihlobana kanjani nesihloko.
20 imiz: “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuhambisa incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli.” Ingxoxo. Hlanganisa nemiboniso emibili emifushane, komunye kusetshenziswe ukusikisela okusesihlokweni, komunye kusetshenziswe intshumayelo yomuntu siqu ebilokhu iphumelela.
INgoma 111 Nomthandazo