ISimiso Sesonto Lika-February 9
ISONTO ELIQALA NGO-FEBRUARY 9
INgoma 9 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 20 ¶1-7 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: AbaHluleli 11-14 (8 imiz.)
No. 1: AbaHluleli 13:15-25 (3 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: U-Anase—Iphuzu Eliyinhloko: Ukuphikisa Iqiniso Ngenzondo Akuzuzisi—w11 4/1 k. 19 isig. 4 (5 imiz.)
No. 3: Ingabe IBhayibheli Linembile Ngokwesayensi?—igw k. 7 ¶1-3 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: “Shisekela Imisebenzi Emihle”!—Thithu 2:14.
15 imiz: “Kungani Kumelwe ‘Sishisekele Imisebenzi Emihle’?” Ingxoxo. Hlanganisa nalokho okushiwo INqabayokulinda ka-June 1, 2002, ikhasi 23, izigaba 17-19.
15 imiz: “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukufakaza Nge-Intercom.” Ingxoxo. Hlanganisa nokuhlangenwe nakho okusezikhombweni ezibonisiwe futhi ucele abamemezeli balandise indlela abanye abaninikhaya abasabele kahle ngayo lapho kufakazwa kubo nge-intercom ensimini yebandla. Makube nomboniso omfushane obonisa indlela yokusebenzisa lokhu kusikisela.
INgoma 33 Nomthandazo