Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/15 k. 4
  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 1/15 k. 4

Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Kunikezwe ubufakazi obukhulu kuyo yonke insimu yegatsha lethu phakathi nenyanga ka-July. Akungabazeki ukuthi lokhu kube nomthelela ekwenzeni u-August abe enye yezinyanga esishumayele kakhulu kuzo njengoba imibiko evela kuzo zonke izindawo ibonisa ukuthi abafowethu bakujabulele kakhulu ukusakaza ipheshana lengosi i-JW. Wonke amazwe abike ukwanda phakathi no-July, ngokukhethekile abamemezeli baseSwazini bande ngo-10% kwathi abaseNingizimu Afrika banda ngo-11%. Siyaqiniseka ukuthi maduze singaba nabamemezeli abangaphezu kuka-100 000 eNingizimu Afrika uma bonke abamemezeli behlanganyela njalo enkonzweni futhi bebika inkonzo yabo yasensimini ngokushesha. Qhubekani ninokuningi kokukwenza enkonzweni kaJehova.—1 Kor. 15:58.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela