ISimiso Sesonto Lika-October 27
ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 27
INgoma 5 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 15 ¶1-10 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Duteronomi 11-13 (10 imiz.)
Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini (20 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
15 imiz: “Indlela Yokuhlakulela Umuzwa Wokuphuthuma Lapho Sishumayela.” Ingxoxo. Makube nomboniso wommemezeli ohambisa incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli noma ipheshana.
15 imiz: Lungiselela Kahle Ukuze Ushumayele Unomuzwa Wokuphuthuma. Ingxoxo esekelwe kuyi-Nqabayokulinda ka-August 15, 2014, amakhasi 14-15, izigaba 14-20. Buza izilaleli ukuthi yiziphi izinto noma imibuzo ekhathaza abantu ensimini. Singabasiza kanjani? Makube namaphayona amabili noma umbhangqwana oshadile obonisa indlela esingayisebenzisa ngayo le Nqabayokulinda ukuze silungiselele izintshumayelo ezizokhanga abantu ensimini. Labo abenza umboniso bangazinqumela ukuthi bazohambisa yiphi incwadi.
INgoma 95 Nomthandazo