ISimiso Sesonto Lika-June 2
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 2
INgoma 134 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 8 ¶1-8 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Eksodusi 38-40 (10 imiz.)
No. 1: Eksodusi 40:20-38 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Lokho ISabatha Elikushoyo KumaKristu—rs k. 124; kunamaphuzu amasha kuyi-w11 7/15 k. 27 ¶16-17 (5 imiz.)
No. 3: U-Abrahama—Ukuthi Wayekhona Kuyafakazelwa EmiBhalweni YamaKristu YesiGreki—w93 7/15 k. 16 ¶17-20 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Hambisa Omagazini Ngo-June. Ingxoxo. Qala ngemiboniso yokuhanjiswa komagazini kusetshenziswa izintshumayelo ezimbili ezisikiselwe ezikuleli khasi. Ngemva kwalokho hlaziya intshumayelo ngayinye esikiselwe kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni. Phetha ngokukhuthaza bonke ukuba bajwayelane nomagazini futhi bahlanganyele ngentshiseko ekubahambiseni.
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Sisebenze Kanjani? Ingxoxo. Cela izilaleli zisho ukuthi zizuze kanjani ngokusebenzisa amaphuzu asesihlokweni esithi “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukulungiselela Isethulo.” Cela izilaleli zisho okuhlangenwe nakho okuhle.
INgoma 44 Nomthandazo