Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/14 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-May 26

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-May 26
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-MAY 26
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 5/14 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-May 26

ISONTO ELIQALA NGO-MAY 26

INgoma 60 Nomthandazo

ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

cl isahl. 7 ¶18-22, ibhokisi ek. 75 (30 imiz.)

ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Eksodusi 34-37 (10 imiz.)

No. 1: Eksodusi 34:​1-16 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Isizathu Sokuba Ukuzibamba Kokuziphatha Kungasuswa Lapho Kuqedwa IMiyalo Eyishumi​—rs k. 123 ¶2-3 (5 imiz.)

No. 3: U-Abrahama​—Inala Yezibusiso Akufanele Yenze Umuntu KaNkulunkulu Aqhoshe​—w04 5/15 k. 26 ¶3–k. 27 ¶3 (5 imiz.)

UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 32

10 imiz: Qala Isifundo SeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala. Ingxoxo. Cela izilaleli zisho okuhlangenwe nakho ezikutholile lapho ziqala izifundo zeBhayibheli ngoMgqibelo wokuqala wenyanga. Kusetshenziswa intshumayelo esikiselwe esekhasini 4, makube nomboniso wendlela okungaqalwa ngayo isifundo ngoMgqibelo wokuqala ku-June. Bakhuthaze bonke ukuba babe nengxenye.

10 imiz: Ukukhuthazelela Ushushiso Kuholela Ekunikezeni Ubufakazi Obuhle. (Luka 21:​12, 13) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2013, ikhasi 124, isigaba 1, nekhasi 128, izigaba 1-2. Cela izilaleli zisho izifundo ezizitholile.

10 imiz: Ibhokisi Lemibuzo. Ingxoxo esingathwa umdala. Cela abantu abadala ukuba basho indlela abazuze ngayo ngokufundiswa abazali babo amaqiniso ajulile eBhayibheli.

INgoma 88 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela