ISimiso Sesonto Lika-April 21
ISONTO ELIQALA NGO-APRIL 21
INgoma 132 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 6 ¶1-8 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Eksodusi 15-18 (10 imiz.)
No. 1: Eksodusi 15:20–16:5 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Isizathu Sokuba AmaKristu Kungadingeki Agcine ISabatha—rs k. 120 ¶1-k. 121 ¶1 (5 imiz.)
No. 3: Ukukhipha Isisu—Ukuphila Kuyisipho Esiyigugu Esivela KuNkulunkulu—rs k. 296 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: “Buthela Abantu Ndawonye.” Imibuzo nezimpendulo.
10 imiz: “Isimemo Esikhethekile.” Imibuzo nezimpendulo. Nikeza zonke izilaleli isimemo uma sikhona bese nixoxa ngaso. Yazisa ibandla isikhathi sokuqala komkhankaso usho namalungiselelo ebandla okuhlanganisa insimu. Makube nomboniso omfushane.
10 imiz: “Gcinani Ukuziphatha Kwenu Kukuhle Phakathi Kwezizwe.” Imibuzo nezimpendulo. Xoxani nangezinto ezithinta ibandla esihlokweni esithi “Esikukhunjuzwa NgoMhlangano Ka-2014,” nixoxe nangencwadi yangomhla ka-3 August 2013 eyathunyelwa kuwo wonke amabandla, emayelana neziyalezo zokuphepha lapho siya emihlanganweni yobuKristu.
INgoma 125 Nomthandazo