Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/13 k. 1
  • ISimiso Sesonto Lika-December 9

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-December 9
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 9
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 12/13 k. 1

ISimiso Sesonto Lika-December 9

ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 9

INgoma 84 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jl IZifundo 17-19 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Johane 1–Jude (10 imiz.)

No. 1: 1 Johane 5:1-21 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Kufanele Akhunjulwe Kanjani UJesu Kristu?—Luka 1:32, 33; Joh. 17:3 (5 imiz.)

No. 3: Inkolo Yeqiniso Ibonisa Ukholo Lwangempela KuJesu Kristu—rs k. 106 ¶3 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 5

15 imiz: ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini Sika-2014. Inkulumo enikezwa umqhubi wesikole. Usebenzisa iziyalezo zeSikole Senkonzo Esingokwasezulwini sika-2014, xoxani ngamaphuzu okudingeka agcizelelwe ebandleni. Chaza ukuthi uma ukufundwa kweBhayibheli kusezahlukweni zokuqala, umzalwane owabelwe amaphuzu avelele ngeke esasebenzisa incwadi ethi “Yonke ImiBhalo.” Ngaphezu kwalokho, uma iZabelo No. 2 no-3 zithathelwe ezigabeni zencwadi ethi Ukubonisana noma ezinye izincwadi, yizigaba ezithé ukungena phakathi nekhasi kuphela okufanele zibalwe. Bakhuthaze bonke ukuba bakhuthalele ukwenza izabelo zabo, ukuphendula emaphuzwini avelele eBhayibheli nokusebenzisa ukusikisela okunikezwa masonto onke encwadini ethi ISikole Senkonzo.

15 imiz: “Indlela Yokulungiselela Izethulo Eziphumelelayo.” Imibuzo nezimpendulo. Makube nemiboniso emibili yezethulo zokuhambisa incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli, esinye isethulo asiphumeleli, esinye siyaphumelela.

INgoma 60 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela