ISimiso Sesonto Lika-December 2
ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 2
INgoma 123 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
jl IZifundo 14-16 (30 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 1 Petru 1-5–2 Petru 1-3 (10 imiz.)
No. 1: 1 Petru 2:18–3:7 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Inkolo Yeqiniso Isekelwe EBhayibhelini Futhi Yenza Igama LikaNkulunkulu Laziwe—rs k. 106 ¶1-2 (5 imiz.)
No. 3: Okwenza Siqiniseke Ukuthi UJesu UnguMesiya—Luka 24:44; Gal. 4:4 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Qala Isifundo SeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala. Inkulumo. Khuthaza bonke ukuba bahlanganyele ekuqaleni izifundo zeBhayibheli ngoMgqibelo wokuqala ka-December. Makube nomboniso omfushane wendlela esingaqalwa ngayo kusetshenziswa ikhasi elingemuva le-Nqabayokulinda.
15 imiz: Usuke Wakuzama? Ingxoxo. Inkulumo ebukeza kafushane ukwaziswa okukulezi zihloko zamuva ze-Nkonzo Yethu YoMbuso: “Ingosi Yethu Esemthethweni—Ihlelelwe Ukuzuzisa Thina Nabanye” (km 12/12), “Sebenzisa Ama-video Lapho Ufundisa,” “Obani Abayoba Nesithakazelo Kulokhu?” (km 5/13). Cela izilaleli ukuba ziphawule ngendlela ezizuze ngayo ngokusebenzisa ukusikisela okukulezi zihloko.
10 imiz: Izidingo Zebandla.
INgoma 12 Nomthandazo