Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/13 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-November 25

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-November 25
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 25
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 11/13 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-November 25

ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 25

INgoma 122 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jl IZifundo 11-13 (30 imiz.)

□ Isikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Jakobe 1-5 (10 imiz.)

No. 1: Jakobe 1:22–2:13 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Indlela Uthando Olunqoba Ngayo Ukwesaba—1 Joh. 4:16-18 (5 imiz.)

No. 3: Okwenza Ukufunda IBhayibheli Nje Kungeneli—rs k. 105 ¶3-4 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 95

10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-December. Ingxoxo. Sebenzisa imizuzwana engu-30 kuya kwengu-60 uchaza ukuthi kungani omagazini beyobakhanga abantu ensimini yenu. Usebenzisa isihloko esisesembozweni se-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele imibuzo evusa isithakazelo engabuzwa. Yibe usucela ukusikisela komBhalo ongafundwa. Yenza okufanayo nange-Phaphama!, kanti uma isikhathi sivuma, khulumela nesinye isihloko kunoma yimuphi kulab’ omagazini. Makube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.

10 imiz: Kufanele Uphendule Kanjani? Inkulumo esekelwe encwadini ethi ISikole Senkonzo, ikhasi 69, izigaba 1-5. Makube nomboniso wommemezeli ophendula umfundi weBhayibheli okufanele enze isinqumo somuntu siqu. Umfundi uyabuza, “Wena ubungenzani?”

10 imiz: “Uchungechunge Oluwusizo Enkonzweni Yethu.” Imibuzo nezimpendulo. Usebenzisa ingxenye yesihloko samuva sochungechunge oluthi “Ingxoxo Nomakhelwane,” makube nomboniso omfushane wokusikisela okusesigabeni 3.

INgoma 45 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela