Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/13 k. 2
  • “Ngilapha Ngoba . . . ”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Ngilapha Ngoba . . . ”
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni​—Ukulungiselela Isethulo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Siza Abanye Ukuba Bafunde Ngendodana KaNkulunkulu, UJesu Kristu
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
  • Izethulo Zokwenza Abaninikhaya Balalele
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • Ukuxhuma Isingeniso Sethu Nalokho Esikuhambisayo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 11/13 k. 2

“Ngilapha Ngoba . . . ”

Lapho abaninikhaya bevula iminyango yabo, basibone simi phambi kwabo, bangase bazibuze ukuthi singobani futhi sifunani. Yini esingayisho lapho sizethula ukuze bazizwe bekhululekile? Ngemva kokubingelela ngendlela evamile, abanye abamemezeli basebenzisa igama elithi “ngoba” lapho bechaza. Ngokwesibonelo, bangase bathi: “Sinihambele ngoba omakhelwane abaningi bakhathazekile ngobugebengu. Ucabanga ukuthi . . . ” noma “Ngilapha ngoba ngifundisa abantu iBhayibheli mahhala.” Uma umninikhaya etshelwa zisuka nje ukuthi kungani ulapho, angase athambekele ekukulaleleni lokho ozokusho.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela