Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 9/13 k. 4
  • ISimiso Sesonto Lika-October 7

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-October 7
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 7
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 9/13 k. 4

ISimiso Sesonto Lika-October 7

ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 7

INgoma 92 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jr isahl. 15 ¶1-6, ibhokisi ek. 184 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Efesu 1-6 (10 imiz.)

No. 1: Efesu 4:1-16 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Okushiwo Ukufuna Kuqala Ukulunga KukaNkulunkulu—Math. 6:33 (5 imiz.)

No. 3: Ingabe Kuyiqiniso Ukuthi Zonke Izinkolo Zinobuhle Obuthile?—rs k. 101 ¶2-4 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 59

10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-October. Ingxoxo. Sebenzisa imizuzwana engu-30 kuya kwengu-60 uchaza ukuthi kungani omagazini beyobakhanga abantu ensimini yenu. Usebenzisa isihloko esisesembozweni se-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele imibuzo evusa isithakazelo engabuzwa. Yibe usucela ukusikisela komBhalo ongafundwa. Yenza okufanayo nange-Phaphama!, kanti uma isikhathi sivuma, khulumela nesinye isihloko kunoma yimuphi kulab’ omagazini. Makube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.

10 imiz: Izidingo Zebandla.

10 imiz: Labo Abasebenza Kanzima. (1 Thes. 5:12, 13) Xoxa nabadala ababili. Yiziphi izabelo zabo ebandleni kanye nezinye izabelo ezingokwasezulwini? Bakwazi kanjani ukunakekela lezi zabelo naphezu komsebenzi wokuziphilisa nemithwalo yemfanelo yemikhaya? Bayenza kanjani inkonzo ize kuqala? Amalungu omkhaya aye abasekela kanjani?

INgoma 123 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela