Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/13 k. 4
  • ISimiso Sesonto Lika-

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JULY 1
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 6/13 k. 4

ISimiso Sesonto Lika-

ISONTO ELIQALA NGO-JULY 1

INgoma 69 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

jr isahl. 11 ¶9-14 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: IzEnzo 11-14 (10 imiz.)

No. 1: IzEnzo 11:1-18 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Imuphi Umphumela Okufanele Isihlengo Sibe Nawo Endleleni Esisebenzisa Ngayo Ukuphila Kwethu?—rs k. 134 ¶2-4 (5 imiz.)

No. 3: Obani Ngempela Abangane Bakho?—IHu. 119:63 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 70

10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-July. Ingxoxo. Sebenzisa imizuzwana engu-30 kuya kwengu-60 uchaza ukuthi kungani omagazini beyobakhanga abantu ensimini yenu. Usebenzisa isihloko esisesembozweni se-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele imibuzo evusa isithakazelo kanye nomBhalo ongafundwa. Yenza okufanayo nange-Phaphama!, kanti uma isikhathi sivuma, khulumela nesinye isihloko kunoma imuphi kulab’ omagazini. Makube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.

10 imiz: “Amathuba Engeziwe Okudumisa UJehova.” Imibuzo nezimpendulo esihlokweni esisekhasini 2. Xoxa kafushane nommemezeli oyedwa noma ababili ababe ngamaphayona asizayo phakathi nokuhambela kombonisi wesifunda.

10 imiz: Yini Esiyifundayo? Ingxoxo. Makufundwe uLuka 12:16-31. Xoxani ngokuthi lokhu kulandisa kungasisiza kanjani enkonzweni yethu.

INgoma 35 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela