ISimiso Sesonto Lika-December 17
ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 17
INgoma 97 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
jr isahl. 2 ¶20-27, nebhokisi ek. 29 (30 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Zakariya 1-8 (10 imiz.)
No. 1: Zakariya 8:1-13 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Indlela Esibonisa Ngayo Ukuthi UJehova UyiNkosi Yethu EnguMbusi—IHu. 73:28 (5 imiz.)
No. 3: Kungani Kuwubufakazi Bokucabanga Okuhle Ukutadisha Izimfundiso ZikaJesu Kristu Esikhundleni Sefilosofi Yabantu?—rs k. 70 ¶3–k. 71 ¶1 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: “Amacebiso Okuhambisa Omagazini . . . ” Ingxoxo.
10 imiz: Umyalezo Okumelwe Siwumemezele—“Mesabe UNkulunkulu, Ugcine Imiyalo Yakhe.” Inkulumo enikezwa ngomdlandla esekelwe encwadini ethi ISikole Senkonzo, ikhasi 272 kuze kufike esihlokwaneni esisekhasini 275.
15 imiz: Ingabe Uke Wakuzama? Ingxoxo. Bukeza kafushane ukwaziswa okukulezi zihloko zamuva ze-Nkonzo Yethu YoMbuso: “Fakaza Ngokuzethemba Ensimini Yamabhizinisi” (km 3/12), “Siza Abantu Balalele UNkulunkulu” (km 7/12), nesithi “Ungashumayela Yini Kusihlwa?” (km 10/12). Cela izilaleli zisho ukuthi zizuze kanjani ngokusebenzisa ukusikisela okukulezi zihloko.
INgoma 117 Nomthandazo