Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 8/12 k. 4
  • ISimiso Sesonto Lika-September 3

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-September 3
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-SEPTEMBER 3
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 8/12 k. 4

ISimiso Sesonto Lika-September 3

ISONTO ELIQALA NGO-SEPTEMBER 3

INgoma 6 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

bt isahl. 26 ¶1-8, ibhokisi ek. 204 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Hezekeli 39-41 (10 imiz.)

No. 1: Hezekeli 40:17-31 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Amehlo Ethu Angasidukisa Ngaziphi Izindlela?—Gen. 3:2-6 (5 imiz.)

No. 3: Ingabe Ukungathathi Hlangothi Kusho Ukuthi AmaKristu Awanasithakazelo Ngenhlalakahle Yomakhelwane Bawo?—rs k. 314 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 50

10 imiz: Indlela Yokubonisana Nomninikhaya—Ingxenye 2. Ingxoxo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 253, isigaba 3, kuya ekupheleni kwekhasi 254. Makube nomboniso omfushane obonisa iphuzu elilodwa noma amabili ale ndaba.

10 imiz: Izidingo zebandla.

10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-September. Ingxoxo. Sebenzisa imizuzwana engu-30 kuya kwengu-60 uchaza ukuthi kungani omagazini beyobakhanga abantu ensimini yenu. Usebenzisa izihloko ezingaphandle ze-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele umbuzo ovusa isithakazelo ongase ubuzwe, ngemva kwalokho zicele zisikisele nomBhalo ongasetshenziswa. Yenza okufanayo nangezihloko ze-Phaphama!, uma isikhathi sivuma, khulumela nesinye isihloko kunoma imuphi walab’ omagazini. Makube nomboniso wendlela yokuhambisa umagazini ngamunye.

INgoma 34 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela