Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/11 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
km 12/11 k. 4

IZaziso

◼ Isipho senyanga ngo-December: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila. Lapho kunezingane khona, kungahanjiswa ethi Funda KuMfundisi Omkhulu noma INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli. Ngo-January: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Ngo-February: Imfihlo Yenjabulo Yomkhaya. Ngo-March: Lifundisani Ngempela IBhayibheli?

◼ ISikhumbuzo ngonyaka ka-2013 siyoba ngoLwesibili, March 26.

◼ Muva nje amabandla amathathu ajabulele ukunikezela amaHholo OMbuso awo kuJehova. ElasEmzinoni West nelaseSwallownest eMpumalanga, elaseQuzini eduze neKing William’s Town.

◼ Siyajabula ukunazisa ukuthi umagazini we-Nqabayokulinda obhalwe ngamagama agqamile usuzotholakala ngesiBhunu nangesiTsonga engosini ethi jw.org. kusukela koka-December 15, 2011. Abamemezeli abadinga umagazini obhalwe ngamagama agqamile ngalezi zilimi bayokwazi ukuzitholela wona kule ngosi.

◼ Umkhankaso wensimu engabelwe ngo-2012 uyoba phakathi nenyanga ka-March, April no-May. Sikhuthaza wonke amabandla ukuba aphothule amalungiselelo awo ukuze aqiniseke ukuthi lo mkhankaso uba yimpumelelo. Amabandla ayothunyelelwa ukwaziswa okwengeziwe uma ususondele lo mkhankaso.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela